Dear ex yami - EazySA

EazySA - Dear ex yami

Posted by Anonymous on 15 October 2023 | Downloads: 116

Description/Lyrics

(choras)
ng'hlangane nale ex yami izolo
ngine mama ♥️ estolo
ngathi hello engabe usangibona
yakhumbula watheni kumina sajola

(verse)

mhlana ungishiya
wena wathe ngeke ngimthole
oyofana nawe
wawuqinjsile coz lona engimphethe
manje akafani nawe
she's so defferent
akawa sebenzisi ama make up
ushaya ngobuhle bendalo
muhle ngisho ngaphans kwezinyawo

phela ngaye anginalo uvaloooo...
futhi wile ntombazane enako konk engikudingayo
wena wawuyi le ntombazane eyayi hlezi yenza izinto eziphoxayo

cha inhliziyo yami wayiphula
ukuth angyena lomfana oxoxayo
washiya islonda
okade wasenza sesiqala ukubola
wangishiya ngakholwa
impela ntombazane
ngsakude ukuxola
okwangidina kakhulu nje

futh engasoze ngakholwa
uphuma endlini uthi uyingithengela I foni
Guess what. wena wangibuyela no ova

sowuyi lihlobo yama ntombazane
asebenza emgwaqweni
asebenza ngobusuku
edayisa umziba athi asemphantweni
lento yakho ngyayibon ukuthi
uthanda izinto zasembhedeni
washeshe wangikhohlwa
udididwa uthando ebengikunika Lona
ngaz'delete zonke lengoma
ebengizoku deliver la zona
ngaktshela u producer wami
u skeelo ukuth angisusele zona
than u Skeelo akazange achithe
skhathi emgqomeni wasefaka khona
nawe lomgqom wezibi
u deserve ukuthi uhlale kuwona

u actisa kwengulube manj
sowuthanda amaphixiphixi
ubamba la uyeke la izinto zakho zubufili fili x2

(choras)
ng'hlangane nale ex yami izolo
ngine mama ♥️ estolo
ngathi hello engabe usangibona
yakhumbula watheni kumina sajola x3

(outro)
mina mangithi one
wena wawuthi two
wawungathandi sithole ukuthula
Phakath kwethu
wawuthanda Kube Khon
ozothuka Phakath kwethu x2

(wem'ntakwethu)

Genres: Hip Hop/Rap