Ezintabeni - Inkosi yabashana

Inkosi yabashana - Ezintabeni

Posted by Anonymous on 28 April 2024 | Downloads: 24

Description/Lyrics

Ukphuma kwelanga liqala likhanyise ezintabeni
Sbani Samii syafiyoza kukude mpumelelweni
Nganyuka mathafa ngfun ukfinyelela ekukhanyeni
Yeee mmmmm
Mangbheka lapho ngkhona
Ngbheka lapho ngsuka khona
Kukude ekukhanyeni Kodwa ngyofinyelela khona

Wesosha lamii Mina ngigcwele ngawe
Buhlezi ungnika I plan mangihleli nawe
Bengthanda masuthi kyasinda kuyehlela Kodwa choose maykhethela
Ukuthi uyaphambili noma ndoda uyahluleka
Ooh Mina ngiphelelwa ngamazwi okubonga kubathandi bomculo wamii ningkhuthaza njalo malingphelela ithemba
FakuMoya MaGeba lento ungayenza
Angsoze ngphelumoya ngiyinkosi yabashana
Imimango namathafa
Akaze kwaba Lula kulo Mkhakha
Ngisho ngoooba

Ukphuma kwelanga liqala likhanyise ezintabeni
Sbani Samii syafiyoza kukude mpumelelweni
Nganyuka mathafa ngfun ukfinyelela ekukhanyeni

Yee mmmm
Mangbheka lapho ngkhona
Ngbheka lapho ngsuka khona
Kukude ekukhanyeni Kodwa ngyofinyelela khona

Ngyazi one day kuthi ngyolala kobandayo lengoma niculele umndeni nalabo abangthandayo

Genres: Afro Pop