Ngakunika ikhadi lami lase bheki - Lindokuhle Dumisani

Lindokuhle Dumisani - Ngakunika ikhadi lami lase bheki

Posted by Shabalala on 8 January 2024 | Downloads: 43

Description/Lyrics

Ngakunika ikhadi lami lase bank wathi wena uyashoda mina sithandwa Sami mesi phila sonke singenalutho wathi angikuboleka ikhadi lami lase bheki kangeNa sms yase bank yathi angisasele nalutho bank mina sithandwa Sami mengikuthemba kathiwa umuntu ungamuthembi ngobo uzokumangaza othemba itshe mengithi mina ngizo thumela omalume kini balethe imali yezinkomo ngeke ngisakwazi ukweza lokho ngoba wena usungikhombisile ukuthi wena awuthembekile Kimi sithandwa Sami

Genres: Afro Pop