Ngikuthandile ntombi - Lindokuhle

Lindokuhle - Ngikuthandile ntombi

Posted by Shabalala on 8 January 2024 | Downloads: 48

Description/Lyrics

Ngikuthandile ntombi ngiqala ukubona ngivele ngabona ukuthi Lona ungowami isithandwa Sami ngikuthandile ntombi ngiqala ukubona ikhanda lami lavela lazula uma ngikubona uhamba emugqwaqweni angazi ukuthi kumele ngikhulume ngithini uma ngikubona ngivele ngishawe uvalo mina nase busuku akusalaleki ñgihlale ngicabanga ngawe uma ungekho Lana eduze kwani akuphileki ngaphandle kwaho ngihleli ngiphupha ngawe ngasonke isikhathi ngikuthandile ntombi ngiqala ukubona

Genres: Afro Pop